Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 12 KWEZINGU- 21

Ukudla kwenza abaniningi banethezeke. Zindla ngokuthi usucabange kangakanani ngokudla okufisayo, ukulangazelela lezozinto ozizilile, noma ukuthi isisindo somzimba wakho sizokwehla kangakanani. Kwenzeka njalo loku? Uma ukudla bekuwutshwala noma isidakamizwa, ubungasho yini ukuthi uyisigqila ngendlela ojule ngayo ngemicabango? Kwabaningi, lokukuzila kungaqala ukuveza indawo enobungozi ukudla okunayo emplilweni yabo. Kungaveza ubugqila. Khulekela ukuthi uNkulunkulu onesihawu nonentokomalo abe indawo yakho yokuthokomala. Mcele ukuthi asebenzise lesisimo esikugqilazayo ukuthi asuse konke osekuthathe indawo kaMoya Oyingcwele empilweni yakho.
Usuku 11Usuku 13

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.