Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 11 KWEZINGU- 21

Lesisahluko sinezingqinamba ezinesisindo- esinye sazo esingukulinganisa ukukholwa kwakho ngezenzo. Ungacabangi kuphela ngezwi likaNkulunkulu- yenza lokho elikushoyo. Usuqala isigaba sesibili sokuzila kwakho. Cabanga ngokuthi ukuzila kwakho kuzoba nokulalela okuningi noma ukwenza okuningi. Cela uNkulunkulu akuphe ukuhlakanipha ngokuthi ukuholela kuphi kulesisigaba sesibili sokuzila.
Usuku 10Usuku 12

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.