Imininingwane ngohlelo

UNkulunkulu ungu Baba WamiIsampula

God Is My Father

USUKU 10 KWEZINGU- 10

UNkulunkulu unikeze isipho Sakhe sokuqala sikaKhisimusi ukuze asibonise ukuthi singathanda futhi siphile kanjani.

Indaba kaKhisimusi wokuqala ibaluleke kakhulu ngoba imayelana nendlela uNkulunkulu athumela ngayo uJesu ukuthi abe isipho sokuqala sikaKhisimusi. UJesu wasibonisa ukuthi uNkulunkulu unjani ngokuhlala ethanda, egcina izithembiso zakhe, futhi ethethelela. UJesu ubukeka njengoYise wasezulwini. Ungakwazi, futhi! Uma wenza uJesu iNkosi noMsindisi wakho, uJesu ukunika amandla okulandela isibonelo Sakhe. Ungenza ukukhetha okufanayo uJesu akwenza. Ubukeka kanjalo njengomntwana kaNkulunkulu!

Khuluma Ngakho: Ikubonisani indaba kaKhisimusi ngoNkulunkulu?

 

Usuku 9

Mayelana naloluHlelo

God Is My Father

Ezinye izingane ziyamazi ubaba wazo wasemhlabeni. Ezinye azimazi. Kodwa sonke singamazi uBaba ongcono kakhulu—uNkulunkulu, uBaba wethu osezulwini! Kubazali: Ingane yakho izoba nokuqonda okujulile kokufunda kosuku ngaluny...

More

Sithanda ukubonga i-LifeKids ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo