UNkulunkulu ungu Baba WamiIsampula

God Is My Father

USUKU 9 KWEZINGU- 10

UNkulunkulu unikeze isipho Sakhe sokuqala sikaKhisimusi ukuze asibonise ukuthi singathanda futhi siphile kanjani.

UNkulunkulu wayenesu ngaphambi kokuba kuqale isikhathi. Wayehlele ukunikeza isipho sokuqala sikaKhisimusi—iNdodana Yakhe, uJesu! UJesu wakhetha ukuphila eMhlabeni njengesibonelo sengxenye ebaluleke kakhulu ngoNkulunkulu: UTHANDO! Lapho abanye bekubona uthanda indlela uNkulunkulu athanda ngayo, bayazi ukuthi ungumntwana kaNkulunkulu.

Khulumani Ngakho: Ucabanga ukuthi kungani amavesi eBhayibheli ebiza uJesu ngokuthi uyiZwi nokukhanya kweqiniso?

 

Usuku 8Usuku 10

Mayelana naloluHlelo

God Is My Father

Ezinye izingane ziyamazi ubaba wazo wasemhlabeni. Ezinye azimazi. Kodwa sonke singamazi uBaba ongcono kakhulu—uNkulunkulu, uBaba wethu osezulwini! Kubazali: Ingane yakho izoba nokuqonda okujulile kokufunda kosuku ngalunye nemibuzo uma uqedela lolu hlelo nayo. Lolu hlelo luhlanganisa imidlalo embalwa okufanele idlalelwe ukukhumbula ivesi. Ungase ufune ukugada ukusetshenziswa kwezinto.

More

Sithanda ukubonga i-LifeKids ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church