Imininingwane ngohlelo

UNkulunkulu ungu Baba WamiIsampula

God Is My Father

USUKU 7 KWEZINGU- 10

UNkulunkulu unikele ngesipho Sakhe sokuqala sikaKhisimusi ukuze asibonise ukuthi singathanda futhi siphile kanjani.

Uma ukhetha ukumethemba nokulandela uJesu, uNkulunkulu ukukhombisa ukuthi unguBaba olungile ngoba uqala ukukufundisa izindlela zakhe. Futhi into engcono kakhulu uNkulunkulu akufundisa yona ukuthi uthande kanjani njengaye. Uthando lwakhe luzokusibekela, lugcwalise, futhi lushintshe. Lapho uqala ukubonisa uthando lukaNkulunkulu kwabanye, ubukeka njengengane kaNkulunkulu futhi ubonise abanye ukuthi uNkulunkulu unjani

Khuluma Ngakho: Ungasho kanjani ukuthi uba ngcono ekuboniseni uthando lukaNkulunkulu?

 

Usuku 6Usuku 8

Mayelana naloluHlelo

God Is My Father

Ezinye izingane ziyamazi ubaba wazo wasemhlabeni. Ezinye azimazi. Kodwa sonke singamazi uBaba ongcono kakhulu—uNkulunkulu, uBaba wethu osezulwini! Kubazali: Ingane yakho izoba nokuqonda okujulile kokufunda kosuku ngaluny...

More

Sithanda ukubonga i-LifeKids ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo