UNkulunkulu ungu Baba WamiIsampula
Kuhlala kwanda ubuhle nothando lukaBaba.
UNkulunkulu wayazi ukuthi abantu bayokona ngaphambi kokuba enze umhlaba. Amaphutha akho awamangazi Kuye! UNkulunkulu wayenesu kusukela ekuqaleni. Wathumela uJesu njengesipho sikaKhisimusi esikhetheke kakhulu. Noma yimuphi umuntu, noma kuphi, okholwa ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu, ucela uJesu ukuba athethelele izono zakhe, futhi enze uJesu umholi wabo ayemukelwa emndenini kaNkulunkulu.
Khulumani Ngakho: Ucabanga ukuthi kungani uNkulunkulu ekwenzela icebo lokuthi ube yingxenye yomndeni Wakhe?
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Ezinye izingane ziyamazi ubaba wazo wasemhlabeni. Ezinye azimazi. Kodwa sonke singamazi uBaba ongcono kakhulu—uNkulunkulu, uBaba wethu osezulwini! Kubazali: Ingane yakho izoba nokuqonda okujulile kokufunda kosuku ngalunye nemibuzo uma uqedela lolu hlelo nayo. Lolu hlelo luhlanganisa imidlalo embalwa okufanele idlalelwe ukukhumbula ivesi. Ungase ufune ukugada ukusetshenziswa kwezinto.
More