AMahubo 137:1-4

AMahubo 137:1-4 ZUL20

Ngasemifuleni eBhabhele sahlala khona, sakhala, lapho sikhumbula iZiyoni. Amahabhu ethu sawaphanyeka eminyezaneni eyayilapho. Ngokuba ababesithumbile bacela ukuba sihlabelele ihubo, nabahluphi bethu bafuna ukujatshuliswa, bethi: “Sihlabeleleleni amanye amahubo aseZiyoni.” Siyakulihlabelela kanjani ihubo likaSimakade sikwelinye izwe na?

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AMahubo 137:1-4

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo