AmaHubo 137:1-4

AmaHubo 137:1-4 ZUL59

Ngasemifuleni yaseBabele sahlala khona, sakhala, lapho sikhumbula iSiyoni. Amahabhu* ethu sawaphanyeka eminyezaneni ephakathi kwalo. Ngokuba abasithumbileyo bacela ukuba sihlabelele igama, nabahluphi bethu bafuna injabulo, bethi: “Sihlabeleleni elinye lamagama aseSiyoni.” Siyakuhlabelela kanjani ihubo likaJehova kwelinye izwe na?

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 137:1-4

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo