Ngasemifuleni yaseBabele lapho sahlala khona, yebo, sakhala, lapho sikhumbula iSiyoni. Izintambo zethu sazilengisa emizaneni phakathi kwawo. Ngokuba lapho abasithumbileyo basibiza ihubo; nabasichithayo bafuna intokozo yethu, bathi: Sihlabeleleni elinye lamahubo aseZiyoni. Singahlabelela kanjani isihlabelelo sikaJehova ezweni labezizwe na?
Funda Amahubo 137
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 137:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo