Ukubhekana NomuzwaIsampula

Dealin' with Feelin'

USUKU 6 KWEZINGU- 8

Nakuba uNkulunkulu wayemthanda uDavide futhi emenza inkosi, uDavide wayenza amaphutha amakhulu ngempela ngezinye izikhathi. Uma senza into engalungile, kulula ukubambeka sizizwe kabi isikhathi eside. UDavide wenza into embi kakhulu ukwedlula abantu abaningi, kodwa waphendukela kuNkulunkulu ngemizwa yakhe emibi. Wathola ukuthula ngemiphumela yezinqumo zakhe ezimbi lapho ephenduka futhi ethola intethelelo kaNkulunkulu.

Usuku 5Usuku 7

Mayelana naloluHlelo

Dealin' with Feelin'

Ngenzenjani uma ngicasukile, ngidabukile, ngimuncu, noma ngijabule? UNkulunkulu wasenza saba nemizwelo. IBhayibheli liyasibonisa ukuthi uNkulunkulu unemizwa, futhi. Imizwa ayimibi, kodwa ngokuvamile ingasiholela ekwenzeni izinqumo ezinesono, zobugovu. Njengoba imizwa iyinto evamile esabelana ngayo noNkulunkulu, iyindlela esingasondela ngayo Kuye futhi sifunde okwengeziwe Ngaye. Lolu hlelo lomndeni olunamavidiyo asekelayo lungasiza izingane zifunde lokho iBhayibheli elikushoyo mayelana nokubhekana nemizwa yethu.

More

We would like to thank LifeChurch.tv for providing this plan. For more information, please visit: www.lifechurch.tv