Ukubhekana NomuzwaIsampula

Dealin' with Feelin'

USUKU 4 KWEZINGU- 8

Nakuba uDavide ayeyinkosi enamandla, ngezinye izikhathi wayeba lusizi njengathi namuhla. Indodana yakhe, u-Absalomu, yazama ukuzithathela umbuso yaze yasongela ngisho nokubulawa kukaDavide! Lokhu kwamlimaza kakhulu uDavide. Yayibuhlungu inhliziyo yakhe ngobudlelwane bakhe nendodana yakhe. Kodwa, waphendukela kuNkulunkulu ngokudabuka kwakhe futhi wathola induduzo evela kuNkulunkulu njengoba nje Nathi singakwenza.

Usuku 3Usuku 5

Mayelana naloluHlelo

Dealin' with Feelin'

Ngenzenjani uma ngicasukile, ngidabukile, ngimuncu, noma ngijabule? UNkulunkulu wasenza saba nemizwelo. IBhayibheli liyasibonisa ukuthi uNkulunkulu unemizwa, futhi. Imizwa ayimibi, kodwa ngokuvamile ingasiholela ekwenzeni izinqumo ezinesono, zobugovu. Njengoba imizwa iyinto evamile esabelana ngayo noNkulunkulu, iyindlela esingasondela ngayo Kuye futhi sifunde okwengeziwe Ngaye. Lolu hlelo lomndeni olunamavidiyo asekelayo lungasiza izingane zifunde lokho iBhayibheli elikushoyo mayelana nokubhekana nemizwa yethu.

More

We would like to thank LifeChurch.tv for providing this plan. For more information, please visit: www.lifechurch.tv