Yini Engenziwa Isibindi?Isampula
UNkulunkulu unginika isibindi sokuthandaza ngamandla.
Umkhuleko onamandla awukona ukwenza indlela yethu nokubusa uNkulunkulu. Kubonisa ukuthi sinokholo lokuthi uNkulunkulu uyasizwa ngaso sonke isikhathi, futhi uzobonisa amandla Akhe, kungakhathaliseki ukuthi kwenzekani.
EBhayibhelini, u-Eliya wathandaza imithandazo enamandla. Esiqongweni sentaba, u-Eliya wakhuleka kuNkulunkulu ukuthi embule amandla Akhe. UNkulunkulu wakwenza. Ngenkathi kunesomiso, uElija wathandazela imvula kaninginingi, ngoba uNkulunkulu waMtshela ukuthi lizokuna uma Ekhuleka. Ekuqaleni kwakungabonakali kukuhle, kodwa u-Eliya akazange aphele amandla. Wakhuleka kaningi, imvula yana, njengoba nje uNkulunkulu ayethembisile.
Imithandazo yakho inamandla njengeka-Eliya lapho umethemba futhi ulandela uJesu. Ingabe udinga ukubona amandla kaNkulunkulu? Qala ukuthandaza!
Khuluma Ngakho: Yini esenhliziyweni yakho okudingeka ukhulume ngayo noNkulunkulu? khuleka kuYe ngakho, futhi uthembele ukuthi uyakuzwa.
Mayelana naloluHlelo
Isibindi asikhona ukuzizwa singesabi. Ukuthembela emandleni kaNkulunkulu ukukusiza uphile ngendlela Yakhe noma unokwesaba! Kubazali: Ingane yakho iyokuqonda ngokujulile ukufunda nemibuzo yosuku ngalunye uma uqedela lolu Hlelo LweBhayibheli nayo. Lolu hlelo luhlanganisa imidlalo eminingana yokudlala ukuze ubambe ngekhanda ivesi. Ungase ufune ukugada ukusetshenziswa kwezinto.
More