Imininingwane ngohlelo

Yini Engenziwa Isibindi?Isampula

What Would Courage Do?

USUKU 1 KWEZINGU- 10

UNkulunkulu unginika isibindi sokubhekana nokwesaba.

Isibindi akusho ukuthi awesabi. Isibindi sisho ukuthi ubhekana nokwesaba ngamandla kaNkulunkulu!

Endabeni yeBhayibheli, iNdlovukazi u-Esteri yabonisa isibindi lapho yesaba. Wayazi ukuthi inkosi ingambulala ngokumvakashela ngaphandle kwesimemo. Kodwa wakwenza noma kunjalo ngoba kwakumele abamele abantu bakubo.

Wabonisa isibindi esengeziwe lapho etshela iNkosi ukuthi uHamani uzobhubhisa abantu bakubo. Wayengazi ukuthi kuzohamba kanjani, ikakhulukazi kuHamani lapho ekamelweni. Kodwa wakwenza, futhi uNkulunkulu wasihlonipha isibindi sakhe ngokusindisa abantu bakhe!

Khuluma Ngakho: U-Esteri wasibonisa kanjani isibindi? Yabelana ngesikhathi obekufanele usukume ukhombise isibindi ngenkathi wesaba.

Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

What Would Courage Do?

Isibindi asikhona ukuzizwa singesabi. Ukuthembela emandleni kaNkulunkulu ukukusiza uphile ngendlela Yakhe noma unokwesaba! Kubazali: Ingane yakho iyokuqonda ngokujulile ukufunda nemibuzo yosuku ngalunye uma uqedela lolu ...

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo