Nika uNkulunkulu indawo yokuqala

5 izinsuku
Ukunikeza uNkulunkulu indawo yokuqala ekuphileni kwethu akuyona into eyenzeka kanye nje . . . kuyinqubo yempilo yonke yawo wonke umKristu. Noma ngabe umusha okholweni noma umlandeli kaKristu “umakadebona”, uzothola lolu hlelo lulula ukuliqonda nokulisebenzisa, futhi likusebenzela kakhulu ekubeni Umkrestu ozonqoba.
Sithanda ukubonga u- Twenty20 Faith, Inc. ngokuhlinzeka ngalolu hlelo. Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe, sicela uvakashele: https://www.twenty20faith.org/