Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 9 KWEZINGU- 21

Lesi isikhathi esihle sokuthola ukuthi unganiwunikela kanjani umzimba wakho ube wumhlatshelo kuNkulunkulu. Lombhalo uqala ngaleyongqinamba bese uveza izindlela eziningi zokuyibeka. Ukuzila kwakho kukusize kanjani ukuthi udumise ngokweqiniso ngezindlela ezintsha na? Thandaza namhlanje umcele uNkulunkulu akuthi aqhubeke ukuveza intando yaKhe ngawe kulesisikhathi sokuzinikela nokumdumisa.
Usuku 8Usuku 10

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.