Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 6 KWEZINGU- 21

Lona umyalezo ovela kuNkulunkulu kubantu baKhe abakhathazekile ngokuthi akaphenduli ngesikhathi sokuzila kwabo. Kulula ukucabanga ukuthi ukuduba ukudla kuyafana nokuzila ukudla ngoba ufuna uNkulunkulu enze intando yakho. Kodwa lombhalo usho lokho aKufunayo. Thandaza ukuthi uNkulunkulu asebenzise isimo sokulamba nokunganethezeki enyameni yakho ukuthi ushinsthe indlela obona ngayo abalahlekileyo nabadingayo emhlabeni. Thandazela ukuthi uNkulunkulu akhiphe kuwe konke okwakho akugcwalise ngako konke okwaKhe.

UmBhalo

Usuku 5Usuku 7

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.