Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula
Imifino namanzi kuphela. Hhayi amaviki amathathu kuphela, kodwa isikhathi sonke sokuvivinywa kwabo eBhabhiloni. Impendulo yalezizinsizwa ezine ayivelanga ngenxa yokwesaba ukubanjwa. Yavela ekuzinikeleni emthethweni kaNkulunkulu eyayikubo nangaphambi kokuthunjwa kwabo. Kulokhukuzila, uzoba namathuba amaningi okusuka ekuzinikeleni kwakho- kakhulu uma uzile wedwa noma uma engekho ozokubona. Thandaza ukuthi uNkulunkulu akunike intshisekelo namandla okuthi uhlale endaweni yakho yokumhlonipha uNkulunkulu noma kungenzekani.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.
More
We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.