Ukuzila izinsuku ezi-21Isampula

21 Day Fast

USUKU 2 KWEZINGU- 21

Kulokhukuzila, yakha ialtare ubeke uhlatshelo kulona ukumhlonipha uNkulunkulu. Kubiza isikhathi sakho, ukunethezeka kwakho, kanye nokuzinikela nokuzibophezela. Uyini umhlatshelo wakho kulesisikhathi sokuzila? Akube umhlatshelo ozokubiza okuthile. Senze isibophezelo sakho usibhale phansi bese utshela abahlobo bakho ukuze bezokukhumbuza ngaso. Thandaza kuNkulunkulu ukuthi akuvezele ukuthi ufuna mhlatshelo muni kuwena.
Usuku 1Usuku 3

Mayelana naloluHlelo

21 Day Fast

Qala unyaka wakho omusha ngokufuna indlela yokuzila kwakho ukuthi ibe ngekaMoya. Leliplani liqukethe imibhalo emayelana nokuzila neminye ekhuthaza ukuzihlola nokusondela kuNkulunkulu. Izinsuku ezingamashumi amabili naye, uzothola iZwi elivela eBhayibhelini, elihambisana namagama anokukusiza ukuzinikela, imibuzo yokuzihlola nomkhuleko ongagxila kuwo. Ukuthola okuningi kunalokhu, vakashela u www.finds.life.church.

More

We'd like to thank Life.Church for their generosity in providing the structure for the 21 Day Fast reading plan.