Ithemba Eliphilayo: Ukubalela phansi ngePhasikaIsampula

Living Hope: A Countdown to Easter

USUKU 3 KWEZINGU- 3

“Ngilandele.”

Upeter wahlala ebuhlungwink nasebumnyameni, izinsuku zakhe ziphawulwe ngukuthula kukaNkulunkulu. Waphika obala ukuthi uyamazi uJesu, ngaphambi kokuba bamdonse ukuyo bethelwa. Futhi manje ezinsukwini ezincane ezindlulile, uPeter ubezindla ngalobuhlungu nokuzisola ngaphandle ngokulindela ukuthi lenhlungu izophela. 

Kodwa esikhathini sokusa, ngelenga lesithathu, ithunanlaJesu latholakala lingenalutho, itshe lisusiwe. Upeter esaphuthuma ngokwesaba nabanye abafundi- bezama ukucabangisisa ngokwenzekile ngalolusuku - uJesu uvele wavela kuPeterngokupheleleyo ephila

Kunokuthi ayekelele uPeter ukuthi aphile ngehlazo lamaphutha awenzile, uJesu umdonsela eceleni, ambuze umbuzo ovezela uPeter inhloso yempilo yakhe: 

“Uyangithanda na?”

Ngalo mbuzo, uJesu umema Upeter ukuba aqinise ubudlelwane lobu abuphikile. Amandla kaJesu phezu kokufa nobumnyama asho ukuthi bekungandingeki ukuba uPeter ahlale aziwa ngamaphutha akhe. Ubese ngavuma amkele ukubizwa empilweni yakhe abengu mholi lowo uJesu ebemazi ukuthi uziba nguye. 

Njengo Peter, nawe unethiba lokuthi “yebo” othandweni lukaJesu nokuthandwa Nguye. Akukhathalekile ukuba impilo yakho ibukeka budlabha kangakanani, noma ngabe uzizwa ukude kangakanani noJesu, akukho lutho olungakuhlukanisa nothando lukaJesu. Amaphutha akho wakuqala noma wamanje awavimbi icebo nenhloso ngawe, uma impilo yakho izinze kuKrestu yedwa. 

Ukuvuka kukaJesu kuyasiqinisekisa ukuthi asikho isimo, noma iphutha elingahlula uNkulunkulu ukuba alesule. Alukho uvalo noma ukwesaba uJesu angeke akunqobe, futhi ayikho impilo angeke akwazi ukuyiphilisa. Abukho ubumnyama obungamana namandla kaNkulunkulu ovukile, ohlule ukufa esikhaleni sethu. Akukho uNkulunkulu wethu angeke akwazi ukukwenza. 

Khuleka:Jesu, ngiyabonga ngokunginqobela ukufa. Ngiyabonga ukuthi akhukho lutho olungangihlukanisa nothando Lwakho. Ngibonga ukuthi akunaphutha elingangisusa ohlelweni lwakho. Namuhla, ngikhumbuze ukuthi Nguwe ongibizile ukuba ngibekhona. Lapho ngiqala ukuzizwa ngathi anganele, ngisize ngikhumbule ukuzindla ngokuvuka kwakho futhi ngithokoze ukuthi Nguwe kuphela insindiso yami. Ngiyakuthanda, futhi namuhla ngikhetha ukulandela Wena.

Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Living Hope: A Countdown to Easter

Uma ubumnyama bukuzungezile, umelwe ukuphedula kanjani? Kulezizinsuku ezintathu ezilandelayo, zinikelele endabeni yePhasika uthole ukuthi ungabembelela kanjani ethembeni uma uzizwa ngathi ulahliwe, uwedwa noma awulutho.

More

Lolu hlelo lweBhayibheli lokuqala lwakhiwa futhi lwahlinzekwa yi-YouVersion.