Beka Kuqala AbanyeIsampula

Put Others First

USUKU 7 KWEZINGU- 8

Uthando lukaNkulunkulu luyathethelela.

Akekho umuntu ongenasici, akunjalo? Uma uke wacabanga  ngento engenamusa, noma waqamba amanga, noma waba nomona, wonile. Sonke sinakho. Kodwa izindaba ezinhle ukuthi, lapho silandela uJesu futhi sicela uNkulunkulu ukuba asithethelele, wenza njalo, ngaso sonke isikhathi. Yingakho sibathethelela abanye. Yingakho size sizixolele! Kungakho inceku engathetheleli bekufanele ibaxolele nabanye.

Tshela Othile: Kungani ucabanga ukuthi kuyimpilo ukuba inhliziyo yakho yomoya ithethelele abanye?

Usuku 6Usuku 8

Mayelana naloluHlelo

Put Others First

Uthando lungu Nkulunkulu. Uthando luyisizathu sokufika kuka Jesu. Kodwa ukwazi ngothando lukaNkulunkulu akwanele. Bonisa uthando lukaNkulunkulu ngokubeka abanye kuqala! Kubazali: Ingane yakho izoba nokuqonda okujulile kokufunda kosuku ngalunye nemibuzo uma uqedela lolu hlelo ngayo. Lolu hlelo luhlanganisa imidlalo embalwa okufanele idlalelwe ukukhumbula ivesi. Ungase ufune ukugada ukusetshenziswa kwezinto.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo