Beka Kuqala AbanyeIsampula

Put Others First

USUKU 3 KWEZINGU- 8

Uthando lukaNkulunkulu alunabugovu.

Ukuthobeka nokucabangela abanye abantu njengabangcono kunawe akusho ukuthi awuzithandi wena. Sonke  silungile ngoba uNkulunkulu  unguMdali wethu. Ukucabanga ngabanye abantu njengabangcono kunawe kusho ukuthi ubeka bona kuqala. Enye indlela yokwenza lokho iwukuba nesandla esivulelekile. Yilokho abantu basebandleni lokuqala abakwenzayo. Lapho benento ekhetheke ngempela, bababelana ngayo. Ungabi ngogodlayo futhi uzenzele konke! Kopisha isibonelo sebandla lokuqala futhi ube mnene, esikhundleni salokho.

Tshela Othile: Ucabanga ukuthi kungani abantu bebandla lokuqala bababelana ngakho konke ababenakho nawo wonke umuntu?

Usuku 2Usuku 4

Mayelana naloluHlelo

Put Others First

Uthando lungu Nkulunkulu. Uthando luyisizathu sokufika kuka Jesu. Kodwa ukwazi ngothando lukaNkulunkulu akwanele. Bonisa uthando lukaNkulunkulu ngokubeka abanye kuqala! Kubazali: Ingane yakho izoba nokuqonda okujulile kokufunda kosuku ngalunye nemibuzo uma uqedela lolu hlelo ngayo. Lolu hlelo luhlanganisa imidlalo embalwa okufanele idlalelwe ukukhumbula ivesi. Ungase ufune ukugada ukusetshenziswa kwezinto.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church