Beka Kuqala AbanyeIsampula

Put Others First

USUKU 6 KWEZINGU- 8

Uthando lukaNkulunkulu lufuna ukuthula.

Unkulunkulu wasenza ukuba sinamathelane ndawonye futhi sihlale ndawonye ukuze sibonise uthando Lwakhe! Kodwa ngezinye izikhathi ningase nixakwe izingxabano noma ukulwa. Ungenzenjani-ke? Vumela ukuthula kukaMoya oNgcwele kaNkulunkulu kugcine uboshiwe kulabo abakuzungezile. Ngosizo Lwakhe, ungakwazi ukulungisa izingxabano ezinkulu nezinkinga kuyilapho ubambelele kwabanye ngokuthula.

Dlala Emuva naphambili ukuze ukhumbule eyabase-Efesu 4:3, futhi ubukele ividiyo ethi Imizwa Yevesi ukuze wabelane ngayo nabangani bakho!

Emuva naphambili

  1. Funda eyabase-Efesu 4:3 ngokuzwakalayo nomngani.
  2. Yisho igama lokuqala evesini.
  3. Vumela umngani wakho asho igama elilandelayo.
  4. Phindani, nishintshana ngegama ngalinye, kuze kube yilapho nilisho lonke ivesi.
  5. Bheka ukuthi ivesi ungalisho ngokushesha kangakanani nomngani wakho!

 

Tshela Othile: Kwabase-Efesu 4:3, ucabanga ukuthi kusho ukuthini ukuboshwa ngokuthula?

Usuku 5Usuku 7

Mayelana naloluHlelo

Put Others First

Uthando lungu Nkulunkulu. Uthando luyisizathu sokufika kuka Jesu. Kodwa ukwazi ngothando lukaNkulunkulu akwanele. Bonisa uthando lukaNkulunkulu ngokubeka abanye kuqala! Kubazali: Ingane yakho izoba nokuqonda okujulile kokufunda kosuku ngalunye nemibuzo uma uqedela lolu hlelo ngayo. Lolu hlelo luhlanganisa imidlalo embalwa okufanele idlalelwe ukukhumbula ivesi. Ungase ufune ukugada ukusetshenziswa kwezinto.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church