AMahubo 40:1-2

AMahubo 40:1-2 ZUL20

Ngamlinda ngesineke uSimakade, wayesephendukela ngakimi, wakuzwa ukunxusa kwami. Wangikhipha emgodini wokubhujiswa, odakeni olubishayo, izinyawo zami wazibeka edwaleni, wavikela izinyathelo zami.

Verse Image for AMahubo 40:1-2

AMahubo 40:1-2 - Ngamlinda ngesineke uSimakade,
wayesephendukela ngakimi,
wakuzwa ukunxusa kwami.
Wangikhipha emgodini wokubhujiswa,
odakeni olubishayo,
izinyawo zami wazibeka edwaleni,
wavikela izinyathelo zami.