Musa Ukuzinza Ngokuphepha
3 izinsuku
Uma amazwi okungazethembi, ukungabaza, kanye nokwesaba engalungiswanga, azolawula ukuphila kwakho. Awukwazi ukuthulisa la mazwi noma ungawanaki. Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezi-3, u-Sarah Jakes Roberts ukukhombisa ukuthi ungaphikisana kanjani nemikhawulo yesikhathi sakho esidlule futhi wamukele ukungakhululeki ukuze ungavimbeki.
Sithanda ukubonga uSarah Jakes Roberts noThomas Nelson ngokusinikeza loluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://bit.ly/YV-DontSettleforSafe
Mayelana Nomshicileli