Ngizowaphakamisela kuwe amehlo ami, Wena ohleli ezulwini. Njengamehlo ezinceku, ebheke izandla zamakhosi azo, namehlo encekukazi, ebheke isandla senkosikazi yayo, kanjalo nathi amehlo ethu abheke kuSimakade uNkulunkulu wethu, aze abe nomusa kithi. Sihawukele, Simakade, sihawukele, ngokuba sesikhathele wukwedelelwa. Umphefumulo wethu sewudinwe kakhulu ngukweyiswa kwabaziqhenyayo nokwedelela kwabazidlayo.
Funda AMahubo 123
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 123:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo