(Ingoma yeziqu.) Ngiphakamisela kuWe amehlo, Wena ohlezi ezulwini. Bheka, njengalokho amehlo ezinceku ebuka isandla samakhosi azo, nanjengamehlo entombi esandleni senkosikazi yayo; ngalokho amehlo ethu abheke kuJehova uNkulunkulu wethu, aze abe nomusa kithi. Sihawukele, Jehova, sihawukele, ngokuba sidelelekile kakhulu. Umphefumulo wethu ugcwele ukwedelelwa kwabahlezi kahle, nokudelelwa kwabaziqhenyayo.
Funda Amahubo 123
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 123:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo