Abamdeleli yini oyisela uma entshontsha ukuze azisuthise lapho elambile na? Uma ebhadanyiwe, bamhlawulisa ngokuphindwe kasikhombisa, akhokhe ngayo yonke impahla yomuzi wakhe. Ophinga nowesifazane akanakho ukuqonda; owenza lokho ubhubhisa impilo yakhe. Uyakuthola imivimbo nokuphoxeka, ukwethukwa kwakhe akuyukwesulwa. Ngokuba isikhwele sivusa ulaka endodeni yakhe, uma isiziphindiselela ngeke ibe nasihawu. Ayiyukufuna nhlawulo; ayiyukukwemukela ukufunjathiswa.
Funda IZaga 6
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IZaga 6:30-35
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo