Gcina inhliziyo yakho kukho konke okulondayo, ngokuba yona ingumthombo wokuphila. Qhela ekukhulumeni okugwegwile, dedisela kude nawe izindebe ezonakele. Amehlo akho mawabheke phambili, nezinkophe zakho ziqonde phambi kwakho. Hlelemba indlela yezinyawo zakho ukuze ziphephe zonke izindlela zakho. Ungaphambukeli kwesokunene nakwesokhohlo; dedisa unyawo lwakho kokubi.
Funda IZaga 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IZaga 4:23-27
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo