IzAga 4:23-27
Phezu kwakho konke okugcinayo, gcina inhliziyo yakho, ngokuba kuyilapho kuvela khona ukuphila. Susa kuwe ukuphambana komlomo, nezindebe eziyisigwegwe uzidedisele kude nawe. Amehlo akho mawabheke phambili, nezinkophe zakho maziqonde phambi kwakho. Yenza umkhondo wonyawo lwakho ukuba ulingane, ziqine zonke izindlela zakho. Ungaphambuki ngakwesokunene nangakwesokhohlo; chezukisa unyawo lwakho ebubini.
IzAga 4:23-27