IzAga 4:23-27

IzAga 4:23-27 ZUL59

Phezu kwakho konke okugcinayo, gcina inhliziyo yakho, ngokuba kuyilapho kuvela khona ukuphila. Susa kuwe ukuphambana komlomo, nezindebe eziyisigwegwe uzidedisele kude nawe. Amehlo akho mawabheke phambili, nezinkophe zakho maziqonde phambi kwakho. Yenza umkhondo wonyawo lwakho ukuba ulingane, ziqine zonke izindlela zakho. Ungaphambuki ngakwesokunene nangakwesokhohlo; chezukisa unyawo lwakho ebubini.

Funda IzAga 4

Verse Images for IzAga 4:23-27

IzAga 4:23-27 - Phezu kwakho konke okugcinayo,
gcina inhliziyo yakho,
ngokuba kuyilapho kuvela khona ukuphila.
Susa kuwe ukuphambana komlomo,
nezindebe eziyisigwegwe uzidedisele kude nawe.
Amehlo akho mawabheke phambili,
nezinkophe zakho maziqonde phambi kwakho.
Yenza umkhondo wonyawo lwakho ukuba ulingane,
ziqine zonke izindlela zakho.
Ungaphambuki ngakwesokunene nangakwesokhohlo;
chezukisa unyawo lwakho ebubini.IzAga 4:23-27 - Phezu kwakho konke okugcinayo,

chezukisa unyawo lwakho ebubini.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo