Izaga zikaSolomoni 4:23-27

Izaga zikaSolomoni 4:23-27 CZB24

Qapha inhliziyo yakho ngakho konke ukukhuthala; ngoba kuyo kuvela imithombo yokuphila. Khipha umlomo omubi kuwe, nezindebe ezisontekile zikude nawe. Amehlo akho mawabheke ngqo, nezinkophe zakho mazibheke phambili. Hlela umkhondo wezinyawo zakho, futhi zonke izindlela zakho maziqine. Ungaphendukeli ngakwesokunene noma ngakwesobunxele; susa unyawo lwakho ebubini.

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo