AmaHubo 47:1-9

AmaHubo 47:1-9 ZUL59

Shayani izandla, zizwe zonke; hlokomani kuNkulunkulu ngezwi lokuhalalisa. Ngokuba uJehova oPhezukonke uyesabeka; uyinkosi enkulu phezu komhlaba wonke. Wathobisa abantu phansi kwethu, nezizwe phansi kwezinyawo zethu. Wasikhethela ifa lethu, udumo lukaJakobe amthandayo. Sela* UNkulunkulu wenyukile ngokuhlokoma, uJehova ngokukhala kwecilongo. Hubelani uNkulunkulu, hubani! Hubelani iNkosi yethu, hubani! Ngokuba uNkulunkulu uyinkosi yomhlaba wonke; hubani ihubo! UNkulunkulu uyabusa izizwe; uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sakhe esingcwele sobukhosi. Izikhulu zabantu zibuthene, zibe yisizwe sikaNkulunkulu ka-Abrahama, ngokuba izihlangu zomhlaba zingezikaNkulunkulu; uphakeme kakhulu.

Verse Images for AmaHubo 47:1-9

AmaHubo 47:1-9 - Shayani izandla, zizwe zonke;
hlokomani kuNkulunkulu ngezwi lokuhalalisa.
Ngokuba uJehova oPhezukonke uyesabeka;
uyinkosi enkulu phezu komhlaba wonke.
Wathobisa abantu phansi kwethu,
nezizwe phansi kwezinyawo zethu.
Wasikhethela ifa lethu,
udumo lukaJakobe amthandayo. Sela*

UNkulunkulu wenyukile ngokuhlokoma,
uJehova ngokukhala kwecilongo.
Hubelani uNkulunkulu, hubani!
Hubelani iNkosi yethu, hubani!

Ngokuba uNkulunkulu uyinkosi yomhlaba wonke;
hubani ihubo!
UNkulunkulu uyabusa izizwe;
uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sakhe esingcwele sobukhosi.
Izikhulu zabantu zibuthene,
zibe yisizwe sikaNkulunkulu ka-Abrahama,
ngokuba izihlangu zomhlaba zingezikaNkulunkulu;
uphakeme kakhulu.AmaHubo 47:1-9 - Shayani izandla, zizwe zonke;
hlokomani kuNkulunkulu ngezwi lokuhalalisa.
Ngokuba uJehova oPhezukonke uyesabeka;
uyinkosi enkulu phezu komhlaba wonke.
Wathobisa abantu phansi kwethu,
nezizwe phansi kwezinyawo zethu.
Wasikhethela ifa lethu,
udumo lukaJakobe amthandayo. Sela*

UNkulunkulu wenyukile ngokuhlokoma,
uJehova ngokukhala kwecilongo.
Hubelani uNkulunkulu, hubani!
Hubelani iNkosi yethu, hubani!

Ngokuba uNkulunkulu uyinkosi yomhlaba wonke;
hubani ihubo!
UNkulunkulu uyabusa izizwe;
uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sakhe esingcwele sobukhosi.
Izikhulu zabantu zibuthene,
zibe yisizwe sikaNkulunkulu ka-Abrahama,
ngokuba izihlangu zomhlaba zingezikaNkulunkulu;
uphakeme kakhulu.