Ngiyaphakamisela kuwe amehlo ami, wena ohlezi ezulwini. Bheka, njengamehlo ezinceku ekuzo izandla zamakhosi azo, namehlo encekukazi ekuso isandla senkosikazi yayo, kanjalo amehlo ethu akuye uJehova uNkulunkulu wethu, aze abe nomusa kithi. Sihawukele, Jehova sihawukele, ngokuba sesidiniwe kakhulu ngukudelelwa. Umphefumulo wethu udiniwe kakhulu ngukweyisa kwabaziqhenyayo nokudelela kwabazidlayo.
Funda AmaHubo 123
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 123:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo