Haleluya! Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Ngubani ongalanda izenzo zamandla zikaJehova, azwakalise lonke udumo lwakhe, na? Babusisiwe abaqaphela ukwahlulela kwakhe, owenza ukulunga ngezikhathi zonke. Ngikhumbule, Jehova, ngomusa onawo kubantu bakho, ungihambele ngensindiso yakho, ukuze ngibone inhlanhla yabakhethiweyo bakho, ngithokoze ngentokozo yesizwe sakho, ngizibonge kanye nefa lakho.
Funda AmaHubo 106
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 106:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo