Haleluya! Bongani uSimakade ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Ngubani ongalanda ngezenzo zamandla kaSimakade, ezwakalise lonke udumo lwakhe na? Babusisiwe abagcina ubulungiswa, abenza ukulunga ngezikhathi zonke. Ngikhumbule, Simakade, lapho wenzela abantu bakho umusa, ungihambele ngensindiso yakho, ukuze ngibone impumelelo yabakhethiweyo bakho, ngithokoze ngentokozo yesizwe sakho, ngizibonge kanye nefa lakho.
Funda AMahubo 106
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 106:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo