Dumisani uJehova. Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Ngubani ongalanda izenzo zamandla zikaJehova na? ngubani ongamemezela zonke izindumiso zakhe na? Ubusisiwe ogcina ukulunga, nowenza ukulunga ngezikhathi zonke. Ngikhumbule, Jehova, ngokwentando yakho enhle kubantu bakho; ngihambele ngensindiso yakho; ukuze ngibone okuhle kwabakhethiweyo bakho, ukuze ngijabule entokozweni yesizwe sakho, ukuze ngizigqaje ngefa lakho.
Funda Amahubo 106
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Amahubo 106:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo