Usho kanje uSimakade, uthi:
“Uqalekisiwe umuntu othembela kubantu,
owenza izikhwepha zakhe
zibe yisihlangu sakhe,
nonhliziyo yakhe isukile kuSimakade.
Uyakuba njengesihlahla ogwadule,
akayukukubona okuhle noma kuza kuye,
uyakuhlala ezindaweni ezigagadekile ehlane,
ezweni likasawoti okungahlali muntu kulo.