UJeremiya 17:5-6

UJeremiya 17:5-6 ZUL20

Usho kanje uSimakade, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othembela kubantu, owenza izikhwepha zakhe zibe yisihlangu sakhe, nonhliziyo yakhe isukile kuSimakade. Uyakuba njengesihlahla ogwadule, akayukukubona okuhle noma kuza kuye, uyakuhlala ezindaweni ezigagadekile ehlane, ezweni likasawoti okungahlali muntu kulo.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJeremiya 17:5-6