Ukuza: Ukristu Uyeza!Isampula
LAYITHA IKHANDLELA
Silindele uMesiya!
FUNDA UMBHALO
Isivumelwano Esingunaphakade kuAbrahama kuzo zonke Izizukulwane
AmaHubo 105:1-10
PHENDULA NGOKUDUMISA
Dumisa Ngokuphila Kwakho
Sithole izibusiso zikaNkulnkulu kwiSivumelwano noAbraham (bheka KwabaseGalathiya 3:14). Futha futhi AmaHubo 105:1. Shinsthanani nitshelana ukuthi lelivesi lithi enzani. Siphila ngaleyo ndlela?
Ukudumisa ngoMthandazo
Sebenzisa umBhalo ukuthanda, uvume, uphakamise, futhi ubonge uNkulunkulu.
Ukudumisa ngeCulo
Hlabelela, "Joy To The World." (Injabulo Emhlabeni)

Mayelana naloluHlelo
Lomkhuleko wokuza osuka kwi Thistlebend Ministries eyemindeni noma owabantu ukuze silungise izinhliziyo zethu ukubungaza uMesiya. Ukugcizelela okukhethekile kunikezwa lokho okuqondwe ukuza kukaMesiya ezimpilweni zethu namhlanje. Yenzelwe ukuba iqalwe ngomhlaka-1 kuDisemba. Kwangathi umndeni wakho ungenza izinto ezikhumbulekayo lapho usebenzisa lomhlahlandlela ukuze ubone uthando olunokuqina, lwesivumelwano lukaBaba.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thistlebendministries.org.tv