Ukuza: Ukristu Uyeza!Isampula
LAYITHA IKHANDLELA
Silindele uMesiya!
Imiphi imithetho oyibonga kakhulu?
FUNDA UMBHALO
Amathabhulethi Esivumelwano, Imiyalelo Elishumi
UDuterenomi 9:9-11 no Eksodusi 34:28-35
PHENDULA NGOKUDUMISA
Dumisa Ngokuphila Kwakho
Ubuso bukaMose babukhanya uma ekhuluma noNkulunkulu. Ukuchitha isikhathi noNkulunkulu kuzenza kanjani izimpulo zethu ukuba zikhanye.
Ukudumisa ngoMthandazo
Sebenzisa uMbhalo ukuthanda, uvume, uphakamise, futhi ubonge uNkulunkulu.
Ukudumisa ngeCulo
Cula, "O Come, O Come Emmanuel." (Woza, Woza Emmanuel)

Mayelana naloluHlelo
Lomkhuleko wokuza osuka kwi Thistlebend Ministries eyemindeni noma owabantu ukuze silungise izinhliziyo zethu ukubungaza uMesiya. Ukugcizelela okukhethekile kunikezwa lokho okuqondwe ukuza kukaMesiya ezimpilweni zethu namhlanje. Yenzelwe ukuba iqalwe ngomhlaka-1 kuDisemba. Kwangathi umndeni wakho ungenza izinto ezikhumbulekayo lapho usebenzisa lomhlahlandlela ukuze ubone uthando olunokuqina, lwesivumelwano lukaBaba.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thistlebendministries.org.tv