Ukuza: Ukristu Uyeza!Isampula

Advent: Christ Is Coming!

USUKU 12 KWEZINGU- 91

LAYITHA IKHANDLELA

Silindele uMesiya!
Uyalikhumbula igama elingu "K" leli uNkunkulunkulu alithembisayo?

FUNDA UMBHALO

USamuweli, uMphrofethi noMfundisi
1 Usamuweli 3:19-20 no 1 Samuweli 7:5-17

PHENDULA NGOKUDUMISA

Dumisa Ngokuphila Kwakho
UNkulunkulu wakhuluma noIsreyeli esebenzisa uSamuweli. Akekho owayehlonipha umthetho ngokwanele. Izimvu ezimsulwa zazingumhlabelo wesono. UMsindisi uyadingeka!

Ukudumisa ngoMthandazo
Sebenzisa umBhalo ukuthanda, uvume, uphakamise, futhi ubonge uNkulunkulu.

Ukudumisa ngeCulo
Hlabelela, "O Little Town of Bethlehem." (O Dolobha Elincane laseBetlehema."
Usuku 11Usuku 13

Mayelana naloluHlelo

Advent: Christ Is Coming!

Lomkhuleko wokuza osuka kwi Thistlebend Ministries eyemindeni noma owabantu ukuze silungise izinhliziyo zethu ukubungaza uMesiya. Ukugcizelela okukhethekile kunikezwa lokho okuqondwe ukuza kukaMesiya ezimpilweni zethu namhlanje. Yenzelwe ukuba iqalwe ngomhlaka-1 kuDisemba. Kwangathi umndeni wakho ungenza izinto ezikhumbulekayo lapho usebenzisa lomhlahlandlela ukuze ubone uthando olunokuqina, lwesivumelwano lukaBaba.

More

Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thistlebendministries.org.tv