Ukuza: Ukristu Uyeza!Isampula
LAYITHA IKHANDLELA
Silindele uMesiya!
FUNDA UMBHALO
AmaHubo 89:1-4
PHENDULA NGOKUDUMISA
Dumisa Ngokuphila Kwakho
UNkulunkulu ukhombisa uthando lwakhe oluqinile nokwethembeka. Bheka amagama athi uthando nelithi ukwethembeka kwisichazamazwi seBhayibheli bese nixoxisana ngokuthi uNkulunkulu ukhombise kanjani lezizinto zombili kuwena nasemndenini wakho.
Ukudumisa ngoMthandazo
Sebenzisa uMbhalo ukuthanda, uvume, uphakamise, futhi ubonge uNkulunkulu.
Ukudumisa ngeCulo
Cula, "Joyful, Joyful, We Adore Thee." (Siyajabula, Siyajabula, Siyakuthanda Wena)

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Lomkhuleko wokuza osuka kwi Thistlebend Ministries eyemindeni noma owabantu ukuze silungise izinhliziyo zethu ukubungaza uMesiya. Ukugcizelela okukhethekile kunikezwa lokho okuqondwe ukuza kukaMesiya ezimpilweni zethu namhlanje. Yenzelwe ukuba iqalwe ngomhlaka-1 kuDisemba. Kwangathi umndeni wakho ungenza izinto ezikhumbulekayo lapho usebenzisa lomhlahlandlela ukuze ubone uthando olunokuqina, lwesivumelwano lukaBaba.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thistlebendministries.org.tv