Ukuza: Ukristu Uyeza!Isampula
LAYITHA IKHANDLELA
Silindele uMesiya!
Uke wazicabanga njengumvu namhlanje?
FUNDA UMBHALO
INkosi EnguMsindisi Iyeza!
UZakariya 9:9-11
PHENDULA NGOKUDUMISA
Dumisa Ngokuphila Kwakho
Umuntu akanakugcina umthetho kaNkulunkulu, isivumelwano saKhe esingcwele. Igazi kumele lichitheke ukuze izono zixolelwe. Chitha isikhashana uhlambuluka izono zakho bese ubonga uNkulunkulu ngegazi lesivumelwano elisindisa emgodini.
Ukudumisa ngoMthandazo
Sebenzisa umBhalo ukuthanda, uvume, uphakamise, futhi ubonge uNkulunkulu.
Ukudumisa ngeCulo
Hlabelela, "Joy to the World!" (Injabulo Emhlaneni)

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Lomkhuleko wokuza osuka kwi Thistlebend Ministries eyemindeni noma owabantu ukuze silungise izinhliziyo zethu ukubungaza uMesiya. Ukugcizelela okukhethekile kunikezwa lokho okuqondwe ukuza kukaMesiya ezimpilweni zethu namhlanje. Yenzelwe ukuba iqalwe ngomhlaka-1 kuDisemba. Kwangathi umndeni wakho ungenza izinto ezikhumbulekayo lapho usebenzisa lomhlahlandlela ukuze ubone uthando olunokuqina, lwesivumelwano lukaBaba.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thistlebendministries.org.tv