UKristu Iqhawe LethuIsampula

UKristu Iqhawe Lethu

USUKU 1 KWEZINGU- 5

ITestamente Elidala neTestamente Elisha Insindiso Efanayo

Kulo lonke iBhayibheli, sibona ukufana phakathi komlando wensindiso yabantu bakaNkulunkulu beTestamente Elidala kanye nomlando wensindiso yabantu bakaNkulunkulu beTestamente Elisha (okuhlanganisa mina nawe njengamaKristu namuhla).

Isibonelo esihle salokhu sitholakala kumaHubo 68:7–18. Ngokuqhubeka kwalolu hlelo lwezinsuku ezi-5 sizobuka leli Hubo ukuze sithole ukuthi, eTestamenteni Elisha, lisiqinisekisa kanjani ukuthi, ngoKristu iqhawe lethu, uNkulunkulu uye owasivikela phakade ngokusikhulula esonweni nasekufeni., Uyasilondoloza manje kulomhlaba owile, futhi ngelinye ilanga uyosiveza siphephile ekhaya Kuye.

Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

UKristu Iqhawe Lethu

NgoKristu iqhawe lethu, uNkulunkulu uye owasivikela phakade ngokusikhulula esonweni nasekufeni, Uyasilondoloza manje kulomhlaba owile, futhi ngolunye usuku uyosethula ngokuphephile ekhaya Kuye.

More

Sithanda ukubonga u- Returning to the Gospel - Southern Africa ngokuhlinzeka ngalolu hlelo. Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe, sicela uvakashele: https://returningtothegospel.com/