Ngizinikele ngokugcwele: IsingenisoIsampula
Indaba KaNkulunkulu Nendaba Yethu
Ivesi Lokuzindla
“Ngininika umyalo omusha wokuba nithandane. Njengalokhu nginithandile, nani kufanele nithandane. Ngalokho bonke bayakukwazi ukuthi ningabafundi bami, uma nithandana.” NgokukaJohane 13:34-35 NIV
Namuhla, bukela le vidiyo ukuze uzilungiselele ukufunda kwaleli sonto. Bese, uqala ukusebenza evesini lokuzindla elisha. Ungasebenzisa futhi namuhla ukuze uhambisane nanoma yiziphi izinsuku okungenzeka ukuthi awufundanga.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Uyafuna ukukhula ebuhlotsheni bakho noNkulunkulu, uqonde iBhayibheli kangcono, futhi ufunde ukuthi ungamlandela kanjani uJesu ngokwethembeka emhlabeni wethu namuhla? Ngendaba yeBhayibheli njengesiqondiso sethu, masithole amaqiniso futhi sithuthukise amakhono azosisiza sibe abalandeli bakaKristu abazinikele ngokugcwele. lolu hlelo luyiNgxenye 1 yohambo oluyizingxenye ezingu-9.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: https://www.life.church/ kanye ne- www.go2.lc/fullydevoted