UkuqalaIsampula

60 To Start

USUKU 15 KWEZINGU- 60

"Siphe namuhla isinkwa sethu semihla ngemihla"

Nkosi, ngithembekile ngokweshumi neminikelo yami (uma kungenjalo, phenduka!)

Nkosi, ngihlwanyela imbewu yezimali embusweni futhi ngikholelwa ukuthi ngizovuna.

Ngithandazela ukuthi ngibusiswe ukuze ngibe isibusiso kwabanye.

Ngikhuza isikhonyane empilweni yami, kwezezimali kanye nasemndenini.
Ngisize ngikhuthale futhi ngenzekahle njengoba ngenza umsebenzi wami eNkosini.

Ngikhulekela umusa wakho empilweni yami.
Usuku 14Usuku 16

Mayelana naloluHlelo

60 To Start

Uhlelo lwezinsuku ezingamashumi ayisithupha olwakhelwe ukukusiza ukuthi uqale (noma uqale kabusha) ubudlelwane bakho noJesu. Uzokwenza izinto ezintathu nsuku zonke: Hlangana noJesu emavangelini, funda ezincwadini ukuthi abalandeli Bakhe bawufeza kanjani umyalezo Wakhe, futhi ukhule eduze Naye ngomthandazo.

More

Sithanda ukubonga i-Trinity new Life Church ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: www.trinitynewlife.com