UkuqalaIsampula

60 To Start

USUKU 1 KWEZINGU- 60

"Baba wethu osezulwini, lingcwele igama lakho"
Nkosi, ngiyakhuleka ngalezi zimfanelo zegama lakho namuhla. Ungu:

Msindisi wami: Ngiyabonga ngesiphambano sakho nokuzinikela kwakho!

Msindisi wami neNkosi: Ngiyakuhlonipha futhi ngiyathanda ukukulalela!

Mngani Wami: Ungenze indlalifa yakho. Ngingumntwana kaNkulunkulu!

Ungukulunga Kwami: Ngimi phambi kukaNkulunkulu ngenxa yegazi lakho!

Ungumhlinzeki Wami: Ungumphakeli wami nokwanele!

Umphilisi womoya wami, umphefumulo nomzimba wami: ingqondo yami nemizwa yami kuzofeza izinhloso zakho namuhla!

Malusi Wami, Umeluleki Nokuthula!

Mnqobi wami: Uwena ongivikelayo!
Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

60 To Start

Uhlelo lwezinsuku ezingamashumi ayisithupha olwakhelwe ukukusiza ukuthi uqale (noma uqale kabusha) ubudlelwane bakho noJesu. Uzokwenza izinto ezintathu nsuku zonke: Hlangana noJesu emavangelini, funda ezincwadini ukuthi abalandeli Bakhe bawufeza kanjani umyalezo Wakhe, futhi ukhule eduze Naye ngomthandazo.

More

Sithanda ukubonga i-Trinity new Life Church ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: www.trinitynewlife.com