Amavesi EthandwayoIsampula

Favorite Verses

USUKU 9 KWEZINGU- 10

Uthengwe ngentengo ephezulu! Unenani elikhulu nezinga elikhulu kuNkulunkulu. Uyaziswa. Ubalulekile. Uyathandwa. Uyakubona konke lokho?

Kwesinye isikhathi senza izinto esaziyo ukuthi ziyingozi kithina. Futhi uma kunguwe lowo, khumbula nje ukuthi ungokaNkulunkulu okuthandayo futhi okunika ukubaluleka.

Ngakho-ke, ingabe kukhona okuthile okwenzayo empilweni yakho okulimazayo? Ngifuna ukukuphonsela inselelo ukuthi uyeke ukukwenza, futhi ukhulume ngakho nomuntu ongamethemba. Qala ukudumisa uNkulunkulu ngakho konke onakho nakho konke oyikho.

Usuku 8Usuku 10

Mayelana naloluHlelo

Favorite Verses

Kulevidiyo yoHlelo lweBhayibheli, intsha ixoxa ngamavesi eBhayibheli ayintandokazi nendlela lawo mavesi athinte ngayo ukuphila kwayo. Lawa mavesi angase akuthinte nawe futhi.

More

Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church