Amavesi EthandwayoIsampula
Unkulunkulu ubeka abangani empilweni yakho ukuze bakusize ube yilokho ahlose ukuba yikho.
Abangani bakho abaseduze bazokusiza uma izikhathi ziba nzima.
Ngakho-ke, unabo abangani abalungile abazokusiza ube yilokhu uNkulunkulu afuna ube yikho?
Ingabe nawe ungumngani olungile kwabanye?
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Kulevidiyo yoHlelo lweBhayibheli, intsha ixoxa ngamavesi eBhayibheli ayintandokazi nendlela lawo mavesi athinte ngayo ukuphila kwayo. Lawa mavesi angase akuthinte nawe futhi.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: www.life.church