Ukukhumbula konke uNkulunkulu akwenzileyoIsampula
![Remembering All God Has Done](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F162%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Enye yezindlela kweziningi uNkulunkulu asithuthikisa ngayo, ubuhlakani kwabanye abantu. Unkulunkulu ukhombisa ubuhlakani nezimfundiso zakhe ngalabobantu abayisibani sethu. 1 Peter 5:1-11 ezinye zezahluko ezigcizelela ukubaluleka bokufundisa abanye nokuba kuNkulunkulu khona ngawe ezokwakha abanye bafane naye. obani lababantu ababe isibani sakho bekufundisa ngoNkulunkulu waze waba nalobubudlelwane onabo namuhla noKhristu? Kungaba uthisha, umfundisi, ilunga lomndeni wakho noma umngani wakho abakucobelela ngobuhlakani, ulwazi nekhono lwabo empilweni yakho. Ake uzinike isikhathi ukhumbule labobantu abamqok, ababe isibani empilweni yakho uNkulunkulu akunike bona. Ungakhohlwa imisebenzi yabo emihle ekwenze wanobudlelwane obuhle noKhristu
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
![Remembering All God Has Done](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F162%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Kuyinjwayelo nje yomuntu ukuthi abuke okusazofika, kodwa akumele sikhohlwa okudlulile. Loluhlelo lwezinsuku ezinhlanu lwakhelwe ukukusiza ukhumbule izinto uNkulunkulu akwenzele zona, ekwakha uze ube la ukhona namuhla. Nsukuzonke uzothola isifundo seBhayibheli nomkhuleko oqondene nokusiza ukhumbule uhambo lwakho noKhristu. Uma udinga okuthe thuthu, bheka ku finds.life.church
More
We would like to thank Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.life.church
Izinhlelo zohlobo olufanayo
![Ukukholwa Ubuhle BukaNkulunkulu Noma Kunjani](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1930%2F320x180.jpg&w=640&q=75)
Ukukholwa Ubuhle BukaNkulunkulu Noma Kunjani
![Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F1355%2F320x180.jpg&w=640&q=75)
Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu
![Ukukhuculula Umphefumulo](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F257%2F320x180.jpg&w=640&q=75)
Ukukhuculula Umphefumulo
![Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F255%2F320x180.jpg&w=640&q=75)
Imizwa Engcwele - Izimpendulo ZeBhayibheli Kuzo Zonke Izinselelo
![Izwi elilodwa eliyoshintsha impilo yakho](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F809%2F320x180.jpg&w=640&q=75)
Izwi elilodwa eliyoshintsha impilo yakho
![UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F661%2F320x180.jpg&w=640&q=75)
UElisha: Indatshana Yokukholwa Okumangazayo
![Umthelela Wenjabulo](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F228%2F320x180.jpg&w=640&q=75)
Umthelela Wenjabulo
![Ukukhuluma NoNkulunkulu Ngomthandazo](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F327%2F320x180.jpg&w=640&q=75)